Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 27:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 amphuzisa iwayini elixutshwe nenyongo; kepha kuthe elizwa, akathandanga ukuliphuza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 amphuzisa iwayini elixutshwe nenyongo, kodwa eselinambithile, akathandanga ukuliphuza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 Bamnika uviniga oxutshwe nenyongo ukuba anathe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Bamnika uviniga oxutshwe nenyongo ukuba anathe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 27:34
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Banginika inyongo ibe ngukudla kwami; ekomeni kwami bangiphuzisa uviniga.


“Sihlalelani na? Buthanani, singene emizini ebiyelweyo, sibhubhe khona, ngokuba uJehova uNkulunkulu wethu usibhubhisile, wasiphuzisa amanzi enyongo, ngokuba sonile kuJehova.


Masinyane omunye kubo wagijima, wathatha ilula, waligcwalisa ngoviniga, walihloma emhlangeni, wamphusiza.


Amnika iwayini elixutshwe nemure;* kepha akalamukelanga.


Ngokuba akunakwenzeka ukuba labo asebake bakhanyiswa banambitha isiphiwo sasezulwini, benziwa abahlanganyeli kuMoya oNgcwele,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ