Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 26:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 kodwa emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 kodwa emva kokuba sengivusiwe ngiyakunandulela ukuya eGalile.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 26:32
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kusukela kuleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuba umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nangabapristi abakhulu nababhali, abulawe, kepha avuswe ngosuku lwesithathu.


bayikhaphele kwabezizwe ukuba iklolodelwe, ishaywe, ibethelwe esiphambanweni; kepha ngosuku lwesithathu izakuvuswa.”


UPetru waphendula, wathi kuye: “Noma bonke beyakukhubeka ngawe, mina angisoze ngakhubeka.”


Khona uJesu wathi kubo: “Ningesabi; hambani, nibikele abafowethu ukuba bahambe baye eGalile; bayakungibona khona.”


Kepha abafundi abayishumi nanye baya eGalile kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona;


Kepha emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”


Kodwa hambani nitshele abafundi bakhe kanye noPetru ukuthi uyanandulela ukuya eGalile; nizakumbona lapho, njengalokho eshilo kini.”


emva kwalokho wabonwa ngasikhathi sinye ngabazalwane abadlula amakhulu ayisihlanu, iningi labo lisekhona nakalokhu, kepha abanye sebelele;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ