Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 26:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 wathi: “Niyakunginikani, ngimkhaphele kini, na?” Base bemnika izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 wathi: “Niyakunginika ini, uma ngimkhaphela kini na?” Base bemkalela, bamnika izinhlamvu zesiliva ezingama-30.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wasesithi kubo: Lizanginikani, njalo ngimnikele kini? Basebesenza isivumelwano laye ngenhlamvu zesiliva ezingamatshumi amathathu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 26:15
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphambukela kuye endleleni, wathi: “Woza, ake ngingene kuwe,” ngokuba wayengazi ukuthi ungumalokazana wakhe. Wathi: “Uyakungiphani ukuba ungene kimi na?”


Uma inkabi iqhubukusha isigqila noma isigqilakazi, uyakunika inkosi yaso amashekeli* angamashumi amathathu esiliva, inkabi ikhandwe ngamatshe.


Yebo, bayizinja ezihahayo, abakwazi ukusutha; yebo, laba bangabelusi abangenakuqonda, baphendukela bonke ezindleleni zabo, kube yilowo nalowo enzuzweni yakhe, bonke kanyekanye.


Uma kungowesifazane, ukulinganisa kwakho kuyakuba ngamashekeli* angamashumi amathathu.


noSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe owamkhaphelayo.


Kusukela lapho wafuna ithuba lokumkhaphela.


Lowo-ke wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi, wawa ngekhanda, waqhuma phakathi, nezibilini zakhe zonke zachitheka;


ongesilo ixhwele lewayini, ongesiso isilwi, kepha omnene, ongaxabaniyo, onganxaneli imali,


nangokufisa bayakuthengiselana ngani ngamazwi obuqili, abakulahlwa kwabo kwamandulo akulibali nokubhujiswa kwabo akozeli.


Amakhosi amaFilisti enyukela kuye, athi kuye: “Myenge, ubone ukuthi amandla akhe amakhulu aphi nokuthi singamahlula ngani ukuba simbophe, simnqobe; siyakukunika, kube yilowo nalowo, izinhlamvu eziyinkulungwane nekhulu zesiliva.”


UMika wayesethi kuye: “Hlala kimi, ube ngubaba nompristi wami, ngiyakukunika izinhlamvu eziyishumi zesiliva ngomnyaka, nesambatho, nokudla kwakho.” UmLevi wangena.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ