Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 25:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Kepha obamukele lalinye waya wemba emhlabathini, wayifihla imali yenkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

18 Kepha leyo eyayithole elilodwa, yahamba, yamba emhlabathini, yayifihla lapho imali yenkosi yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

18 Kepha obamukele yanye waya wemba emhlabathini, wayifihla imali yenkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Kepha obamukele yanye waya wemba emhlabathini, wayifihla imali yenkosi yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 25:18
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ovilapha emsebenzini wakhe yena ungumfowabo wochithayo.


“Sengathi kungaba khona phakathi kwenu ongavala izicabha, ukuze ningabaseli ize e-altare lami! Angithokozi ngani,” usho uJehova Sebawoti, “angiyikwamukela iminikelo ezandleni zenu.


Kanjalo obamukele amabili wazuza amanye amabili.


“Kepha emva kwesikhathi eside yafika inkosi yalezo zinceku, yalandisana nazo.


“Kwafika nenye, yathi: ‘Nkosi, nangu umina wakho ebengimkhwezile esongwe endwangwini.


ukuba ningabi buthuntu, kodwa nibalingise labo abadla ifa lesithembiso ngokukholwa nangokubekezela.


Ngokuba uma lezo zinto zikhona kini zivama, ziyanenza ningabi ngabavilaphayo nabangenazithelo ekwazini iNkosi yethu uJesu Kristu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ