Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 23:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Nofunga ithempeli ufunga lona nohlezi kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 Ofunga ithempeli, ufunga lona nohleli kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Futhi ofunga ithempeli ufunga lona langaye ohlala kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Futhi ofunga ithempeli ufunga lona langaye ohlala kulo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 23:21
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngikwakhele nokukwakhela indlu yokuhlala, indawo yokuhlala kwakho kuze kube phakade.”


“Kepha uNkulunkulu uyakuhlala impela emhlabeni na? Bheka, izulu nezulu lamazulu alinakukwanela; pho, kakhulu kangakanani le ndlu encane engiyakhileyo na?


Kepha ngikwakhele indlu yokuhlala, indawo yokuhlala kwakho kuze kube phakade.”


Abapristi babengenakungena endlini kaJehova, ngokuba inkazimulo kaJehova yagcwalisa indlu kaJehova.


Jehova, ngiyayithanda inkundla yendlu yakho nendawo lapho kuhlezi khona inkazimulo yakho.


Ngakho-ke ofunga i-altare ufunga lona nakho konke okuphezu kwalo.


okukuyo nani, nakhiwe kanye nabanye, ukuba nibe yindlu kaNkulunkulu ngoMoya.


Ngokuba kuhlala kuye ngokomzimba ukugcwala konke kobuNkulunkulu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ