Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 22:46 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Kwakungekho obengamphendula ngazwi; emva kwalolo suku akwabe kusabakho muntu onesibindi sokumbuza lutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

46 Akukho namunye owaba nezwi lokumphendula. Kusukela ngalolo lusuku, akukho muntu owaba nesibindi sokumbuza lutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

46 Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Akwabangakho-muntu owakwazi ukumphendula izwi;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 22:46
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu embona ukuthi uphendule ngokuqonda, wathi kuye: “Awukude nombuso kaNkulunkulu.” Akwabe kusabakho onesibindi sokumbuza.


kepha bebona umuntu ophilisiweyo emi nabo, babengenakuphika lutho.


Wathi ukuba asho lokho, bajabha bonke ababemelene naye; isixuku sonke sathokoza ngemisebenzi yonke yenkazimulo eyenziwe nguye.


Base bemphendula uJesu, bethi: “Asazi.” Wayesethi kubo naye: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.”


“Ngakho-ke uma uDavide embiza ngokuthi iNkosi, uyindodana yakhe kanjani na?”


‘NginguNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama noka-Isaka nokaJakobe.’ UMose wathuthumela, akaba nasibindi sokubhekisisa.


Kepha bathula. Wayesemphatha, wamphulukisa, wammukisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ