Mathewu 21:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Kwathi sekusondele isikhathi sezithelo, wathuma izinceku zakhe kubalimi ukuba zithathe izithelo zakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202034 Kwathi sekusondele isikhathi sokuvuna, wathumela izinceku zakhe kubalimi ukuba zilande izithelo zakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible34 Kwathi sekusondele isikhathi sesithelo, wathuma inceku zakhe kubalimi ukuthi bathathe izithelo zazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Kwathi sekusondele isikhathi sesithelo, wathuma inceku zakhe kubalimi ukuthi bathathe izithelo zazo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Futhi ngithume kini zonke izinceku zami abaprofethi, ngibathuma njalonjalo, ngokuthi: “Ake nibuye, kube yilowo nalowo endleleni yakhe embi, nenze imisebenzi yenu ibe mihle, ningalandeli abanye onkulunkulu ukuba nibakhonze; khona niyakuhlala ezweni engilinike nina nawoyihlo.” Kepha anibekanga izindlebe zenu, aningizwanga.