Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 21:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe linye; uma ningitshela lona, nami ngizakunitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 UJesu wabaphendula wathi: “Nami ngizakunibuza izwi libe linye vo; uma ningiphendula, nami ngizakunitshela ukuthi lokhu ngikwenza ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe-linye; uma ningitshela khona, nami ngizalitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami ngizakunibuza izwi libe-linye; uma ningitshela khona, nami ngizalitshela ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 21:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Kuthe engena ethempelini, kweza kuye abapristi abakhulu namalunga esizwe, esafundisa, bathi: “Ukwenza lokhu ngagunya lini na? Futhi ngubani okunike leli gunya na?”


Ukubhapathiza kukaJohane kwavelaphi, ezulwini nokuba kubantu, na?” Bakhulumisana bodwa, bathi: “Uma sithi: ‘Ezulwini,’ uzakuthi kuthi: ‘Pho, anikholwanga nguye ngani na?’


UJesu wathi kubo: “Ngiyanibuza ukuthi kuvunyelwe ngesabatha ukwenza okuhle noma okubi yini, ukusindisa umuntu noma ukumbulala, na?”


Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyolisiwe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ