Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 20:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yenu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yenu,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yenu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 20:27
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngakho-ke yilowo nalowo oyakuzithoba njengalo mntwana nguyena omkhulu embusweni wezulu.


Akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu makabe yisikhonzi senu;


njengalokho iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”


Kepha nina aninjalo; kodwa omkhulu kini makabe njengomncinyane, nobusayo makabe njengokhonzayo.


Nginecala kumaGreki nakwabezizwe, kwabahlakaniphileyo nakwabangaqondiyo;


Ngokuba ngithi angisilele ngalutho kubaphostoli abaqhamileyo kakhulu.


Kepha ngokujabula okukhulu ngiyakunikela konke, yebo, ngizinikele mina ngenxa yemiphefumulo yenu. Uma nginithanda kakhulu, kanti kuyilapho ngithandwa kancane na?


Ngokuba asizishumayeli thina, kodwa sishumayela uKristu Jesu eyiNkosi nokuthi siyizikhonzi zenu ngenxa kaJesu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ