Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 20:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha uJesu wababiza, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe bazenza amakhosi phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Kepha uJesu wababiza, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe bazithwalisa kanzima, nezikhulu zazo ziziphethe ngamandla anzima.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe babusa phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Kepha uJesu wababizela kuye, wathi: “Niyazi ukuthi ababusi bezizwe babusa phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 20:25
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Manje uma nilungele ukuba ngesikhathi enizwa ngaso ukukhala kwecilongo, negenkle, nehabhu,* nomqangala, nogubhu, negemfe, nazo zonke izinhlobo zokubethwa, niwe phansi, nikhuleke esithombeni engisenzileyo, kuhle; kepha uma ningakhuleki, niyakuphonswa ngasona leso sikhathi phakathi kwesithando somlilo ovuthayo; ngumuphi lowo nkulunkulu oyakunikhulula ezandleni zami na?”


ngenxa yobukhulu owamnika bona, bonke abantu, nezizwe, nezilimi bathuthumela, besaba phambi kwakhe; athanda ukumbulala wambulala, athanda ukumyeka wamyeka; athanda ukumphakamisa wamphakamisa, athanda ukumthobisa wamthobisa.


Bekani ijoka lami phezu kwenu, nifunde kimi, ngokuba ngimnene, ngithobile ngenhliziyo; khona imiphefumulo yenu iyakufumana impumuzo.


Bathi ukuzwa lokho abayishumi, bazithukuthelela izelamani ezimbili.


UJesu wayesebabiza, wathi kubo: “Niyazi ukuthi abathiwa babusa izizwe bazenza amakhosi phezu kwazo, nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.


kungabi njengabazenza amakhosi phezu kwamabandla enabelwa wona, kodwa nibe yizibonelo zomhlambi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ