Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 2:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Seziyizwile inkosi, zamuka; bheka, inkanyezi ezayibona kwelasempumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Seziyizwile inkosi, zaqhubeka nohambo. Inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho ekhona umntwana.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Sebeyizwile inkosi, bahamba; bheka, inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Sebeyizwile inkosi, bahamba; bheka, inkanyezi ezayibona empumalanga yahamba phambi kwazo, yaze yafika yema phezu kwalapho umntwana ekhona.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 2:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngumuphi umuntu omesaba uJehova na? Nguyena oyakufundiswa nguye indlela ayakuyikhetha.


Ngiyathanda abangithandayo; abangifunayo bayakungifumana.


Zathi ukuyibona inkanyezi, zathokoza ngokuthokoza okukhulu kakhulu.


“Uphi lowo ozelwe eyinkosi yabaJuda na? Ngokuba sibonile inkanyezi yakhe kwelasempumalanga, size ukukhuleka kuye.”


wazithuma eBetlehema, wathi: “Hambani nibuzisise ngomntwana; kuyakuthi nxa nimfumene, ningitshele ukuba nami ngiye ngikhuleke kuye.”


Sesinalo izwi lesiprofetho eliqinisekile kakhulu, enenza kahle ukuliqaphela kungathi liyisibani esikhanyayo endaweni emnyama kuze kuse, ikhwezi liphumele ezinhliziyweni zenu,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ