Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 12:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Kepha waphendula, wathi komtshelileyo: “Ngubani umame, nabafowethu ngobani na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

48 Kepha uJesu waphendula, wathi kuye: “Ngubani umame, nabafowethu bangobani na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 Kodwa waphendula wathi komtshelayo: Ngubani umame? futhi bangobani abafowethu?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Kodwa waphendula wathi komtshelayo: Ngubani umame? futhi bangobani abafowethu?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 12:48
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Othanda uyise nonina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele;


Omunye wathi kuye: “Bheka, unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukhuluma nawe.”


Welula isandla sakhe ngakubafundi bakhe, wathi: “Bhekani nangu umame nabafowethu.


Wathi kubo: “Kukanjani, beningifunelani na? Beningazi yini ukuthi kumelwe ukuba ngibe kokukaBaba na?”


UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni, nasekukhuleni, nasemseni kuNkulunkulu nakubantu.


Kanjalo thina asisayikwazi umuntu ngokwenyama; nokuba besimazi uKristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.


owathi ngoyise nangonina: ‘Angibabonanga,’ angabavuma futhi abafowabo, angabazi abantwana bakhe, ngokuba baliqaphele izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ