Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 10:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 “Umfundi kaphezu komfundisi, nenceku kayiphezu kwenkosi yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 “Umfundi akangaphezulu komfundisi wakhe, nenceku kayingaphezulu kwenkosi yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Umfundi kaphezu komfundisi wakhe, nenceku ayingaphezu kwenkosi yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Umfundi kaphezu komfundisi wakhe, nenceku ayingaphezu kwenkosi yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 10:24
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Uriya wathi kuDavide: “Umphongolo, no-Israyeli, noJuda bahlezi emadokodweni; inkosi yami uJowabe nezinceku zenkosi yami zimisile endle; mina-ke, pho, ngingene endlini yami, ngidle, ngiphuze, ngilale nomkami na? Kuphila kwakho nokuphila komphefumulo wakho, angiyikuyenza leyo nto.”


Kumanele umfundi abe njengomfundisi wakhe, nenceku ibe njengenkosi yayo. Uma bebizile umninindlu ngokuthi uBelzebule, kakhulu abendlu yakhe.


Umfundi kaphezu komfundisi; kepha yilowo ophelelisiwe uyakuba njengomfundisi wakhe.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Inceku ayinkulu kunenkosi yayo, nothunyiweyo kamkhulu kunomthumileyo.


Khumbulani izwi enganitshela lona mina lokuthi: ‘Inceku ayinkulu kunenkosi yayo.’ Uma bengizingele mina, nani bayakunizingela; uma begcina izwi lami, nelenu bayakuligcina.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ