Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 1:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 akaze aya kuye, waze wazibula ngendodana; wayiqamba igama lokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 akazange alale naye, waze wazala indodana; wayiqamba igama wathi nguJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Akamazi waze wazala izibulo lakhe; waqamba igama layo ngokuthi uJesu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 1:25
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UMikhali indodakazi kaSawule akazalanga mntwana kwaze kwaba lusuku lokufa kwakhe.


Intombi yayiyinhle kakhulu, yayiphatha inkosi, yayikhonza, kepha inkosi ayiyazanga.


“Ngahlukanisele onke amazibulo, konke okuvula isizalo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, kubantu nasezinkomeni; kungokwami.”


“Awuyikulibala neminikelo yamabele neyewayini. Wonginika izibulo emadodaneni akho.


Uzakuzala indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu, ngokuba nguye oyakusindisa abantu bakhe ezonweni zabo.”


UJosefa esevukile ebuthongweni wenza njengalokho imyalile ingelosi yeNkosi, wamthatha umkakhe;


Bheka, uzakukhulelwa, uzale indodana, uyiqambe igama lokuthi uJesu.


Kwathi seziphelile izinsuku eziyisishiyagalombili zokuba umntwana asokwe, igama lakhe lathiwa uJesu, elaliqanjiwe yingelosi, engakathatshathwa esiswini.


Wazibula ngendodana, wayembesa, wayilalisa emkhombeni, ngokuba bantula indawo endlini yezihambi.


Ngokuba labo ayebazi ngaphambili wabamisa ngaphambili, bafane nesimo seNdodana yakhe, ukuze yona ibe yizibulo phakathi kwabazalwane abaningi;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ