Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseKolose 2:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 okuyisithunzi nje salokhu obekuzakuza; kepha umzimba ngokaKristu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 okuyisithunzi nje salokhu obekuzofika, kodwa okuyikhonakhona nguKhristu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 eziyisithunzi sezinto ezizayo; kodwa umzimba ngokaKristu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Eziyisithunzi sezinto ezizayo; kodwa umzimba ngokaKristu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseKolose 2:17
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.


Ngokuba lokhu umthetho unesithunzi sezinto ezinhle ezizayo, ungesiwo umfanekiso wazo uqobo, ungeze waba namandla ngemihlatshelo enikelwa njalonjalo iminyaka ngeminyaka ukubenza baphelele labo abasondelayo;


bekhonza okungumfanekiso nesithunzi sokwasezulwini, njengokuba uMose wayalwa esezakwenza itabernakele* ngokuthi: “Bheka, wokwenza konke ngesifanekiso owaboniswa sona entabeni,”


elona lingumfanekiso kulesi sikhathi samanje, okulethwa ngawo iminikelo nemihlatshelo engenakumenza okhonzayo aphelele maqondana nonembeza,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ