Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseGalathiya 5:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Nahlukene noKristu nina nonke enifuna ukulungisiswa ngomthetho; niwile emseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Nahlukene noKhristu nina nonke enifuna ukulungisiswa ngomthetho; niwile emseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 UKristu uye waba yize kini, nina enilungisiswa ngomthetho; niwile emseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 UKristu uye waba yize kini, nina enilungisiswa ngomthetho; niwile emseni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseGalathiya 5:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

kepha uma kuya ngomusa, akusayi ngemisebenzi; uma kungenjalo, umusa awuseyiwo umusa.


ngokuba ngemisebenzi yomthetho akukho nyama eyakulungisiswa phambi kwakhe; ngokuba ngomthetho kukhona ukwazi isono.


Angiwenzi ize umusa kaNkulunkulu, ngokuba uma ukulunga kuya ngomthetho, khona uKristu wafela ize.”


Bhekani, mina Pawulu ngithi kini, uma nisoka, uKristu kayikunisiza ngalutho.


niqaphelisise kungabikho osilelayo emseni kaNkulunkulu, funa kumile impande imbe ebabayo, inixobise, kungcoliswe abaningi yiyo,


Ngakho-ke masesabe ukuba, kuthi kusekhona isithembiso sokungena ekuphumuleni kwakhe, kungabikho noyedwa kini obonakala esele emuva.


ngakho khumbula lapho uwe khona, uphenduke, wenze imisebenzi yakuqala; uma kungenjalo, ngiyeza kuwe, ngilususe uthi lwesibani sakho endaweni yalo, uma ungaphenduki.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ