Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseGalathiya 4:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kodwa umbhalo uthini na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayisoze yalidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kepha uthini umbhalo na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, indodana yesigqilakazi ayinakulidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Nokho uthini umbhalo na? Khipha isigqilakazi nendodana yaso, ngokuba indodana yesigqilakazi ayiyikudla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseGalathiya 4:30
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Isigqila kambe asihlali phakade endlini; kepha indodana ihlala phakade.


UNkulunkulu akasilahlanga isizwe sakhe ayesazi ngaphambili. Kumbe anazi yini ukuthi umbhalo uthini ngo-Eliya ukuba umangalela u-Israyeli kuNkulunkulu ngokuthi:


Ngokuba umbhalo uthini na? Uthi: “Kepha u-Abrahama wakholwa nguNkulunkulu, kwambalelwa ukuthi kungukulunga.”


Kepha umbhalo uvalele konke phansi kwesono, ukuze isithembiso ngokukholwa nguJesu Kristu siphiwe abakholwayo.


Kepha umbhalo, ubona ngaphambili ukuthi uNkulunkulu uzakulungisisa abezizwe ngokukholwa, walishumayela ngaphambili ivangeli ku-Abrahama, wathi: “Izizwe zonke ziyakubusiswa kuwe.”


Ngokuba kulotshiwe ukuthi u-Abrahama wayenamadodana amabili, enye kuso isigqilakazi nenye kokhululekileyo.


Ngakho-ke, bazalwane, asisibo abantwana besigqilakazi, singabokhululekileyo.


Niyacabanga yini ukuthi umbhalo usho ngeze ukuthi: “Umoya awuhlalisa kithi unxanela ngokomhawu,” na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ