Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseGalathiya 4:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Yibani njengami, ngokuba nami nginjengani; bazalwane, ngiyanincenga. Aningonanga ngalutho;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

12 Ngifuzeni, ngokuba nami nginjengani, ngiyanincenga bazalwane. Aningonanga ngalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ngiyanincenga, bazalwane, ukuthi yibani njengami; ngokuba nami nginjengani; aningilimazanga nakanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseGalathiya 4:12
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha ngalokho singanivumela: uma nizakuba njengathi, kusokwe bonke abesilisa bakini,


Yathi kuJehoshafati: “Uyakuhamba nami ukulwa neRamoti Gileyadi na?” UJehoshafati wathi enkosini yakwa-Israyeli: “Mina nginjengawe, abantu bami banjengabantu bakho, amahhashi ami anjengamahhashi akho.”


sebebikelwe ngawe ukuthi ufundisa bonke abaJuda abaphakathi kwabezizwe ukuhlubuka kuMose, uthi mabangasoki abantwana babo, bangahambi ngamasiko.


Kepha uma kukhona odabukisileyo, akangidabukisanga mina, kodwa, ukuze ngingeqisi, ngokwenxenye unidabukisile nonke.


Umlomo wethu uvulekele ngakini nina baseKorinte, inhliziyo yethu yanulekile;


kepha ukuze kube khona ukwenanana, ngikhuluma njengakubantwana, yanulekani nani.


Kepha kuthe sengibonile ukuthi kabahambisi ngokweqiniso levangeli, ngathi kuKhefase phambi kwabo bonke: “Uma wena ongumJuda uhamba ngokwabezizwe, ungahambi ngokwabaJuda, ubaphoqa kanjani abezizwe ukuba bahambe ngokwabaJuda na?


Nginovalo ngani ukuthi mhlawumbe nginihluphekele ngeze.


kepha niyazi ukuthi kwaba ngenxa yobuthakathaka benyama ukuba ngishumayele ivangeli kini okokuqala,


Kepha kimi makungabikho nakanye ukuzibonga, kuphela ngesiphambano seNkosi yethu uJesu Kristu, okubethelwe ngaye izwe kimi nami kulo izwe.


Umusa weNkosi yethu uJesu Kristu mawube nomoya wenu, bazalwane. Amen.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ