Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KwabaseFilipi 2:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KwabaseFilipi 2:4
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Leyo ndaba yaziwa nguMoridekayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayisho enkosini egameni likaMoridekayi.


UMose wayesethi kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuphuma impi, nina nihlale lapha, na?


Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa yimi, kungcono kuye ukuba itshe lokusila ligaxwe entanyeni yakhe, azikiswe ekujuleni kolwandle.


Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina.


Akungabikho ozifunela okwakhe, kodwa akube yilowo nalowo afunele omunye.


Ngubani obuthakathaka ngingebuthakathaka nami na? Ngubani okhubekiswayo kungavuthi kimi na?


asibekeli muntu nasinye isikhubekiso nangokukodwa, funa inkonzo yethu isolwe,


ngokuba bonke bafuna okwabo, abafuni okukaJesu Kristu.


Kepha uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo wokuthi: “Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena,” nenza kahle;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ