Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -

KuThithu 3:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Bonke abanami bayakhonza kuwe. Khonza kwabasithandayo ekukholweni. Umusa mawube nani nonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Bonke abanami bayakhonza kuwe. Khonza kwabasithandayo ekukholweni. Umusa mawube nani nonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Bonke abanami bayakhonza kuwe. Bingelela abasithandayo ekukholweni. Umusa mawube nani nonke. Amen. (Yabhalelwa uThithu, owagcotshwa umbhishobhi wokuqala webandla lamaKrethe, waseNikopoli yaseMakedoniya.)

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Bonke abanami bayakhonza kuwe. Bingelela abasithandayo ekukholweni. Umusa mawube nani nonke. Amen. (Yabhalelwa uThithu, owagcotshwa umbhishobhi wokuqala webandla lamaKrethe, waseNikopoli yaseMakedoniya.)

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

KuThithu 3:15
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi uma nibingelela abafowenu bodwa, nenza lukhulu luni na? Abenzi njalo nabezizwe na?

nina niyazi ukuthi lezi zandla zasebenzela izinswelo zami nezababe nami.

Ngokuba kuKristu Jesu akusizi lutho ukusoka nokungasoki, kepha kuphela ukukholwa okusebenza ngothando.

Yilokhu ukukhonza kwami ngesandla sami, mina Pawulu. Khumbulani izibopho zami. Umusa mawube nani.

kuThimothewu, umntanami ngesiminya ekukholweni: Makube kuwe umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi yethu.

kepha umgomo womyalo uluthando oluvela enhliziyweni emhlophe, nakunembeza omuhle, nasekukholweni okungazenzisiyo,

uma ngizwa ngothando lwakho nokukholwa onakho eNkosini uJesu nakubo bonke abangcwele,

Ilunga kuye uGayu othandekayo engimthanda ngeqiniso.

ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ

ကြော်ငြာတွေ