KumaHeberu 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE5 UMose kambe wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20205 UMose wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, ukuze kube ngubufakazi balokho obekuzakukhulunywa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible5 UMose nempela wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kube ngubufakazi balokho okwakuzakhulunywa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20245 UMose nempela wayethembekile endlini yakhe yonke njengenceku, kube ngubufakazi balokho okwakuzakhulunywa; အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Bonke abakwa-Israyeli namalunga abo, nezinduna zabo, nabahluleli babo babemi ngalapha nangalapha komphongolo phambi kwabapristi bamaLevi abathwala umphongolo wesivumelwano sikaJehova, abafokazi nabokuzalwa ekhaya, inxenye yabo ibhekene nentaba yaseGerizimu, inxenye yabo ibhekene nentaba yase-Ebali, njengalokho uMose inceku kaJehova ebeyalile, ukuba babusise abantu bakwa-Israyeli kuqala.