Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




KumaHeberu 10:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Iminikelo yokushiswa nemihlatshelo ngenxa yesono awuyithokozelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

6 Iminikelo yokushiswa nemihlatshelo ngenxa yesono awuyithokozelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Iminikelo yokushiswa nemihlatshelo yesono kawuyijabulelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Iminikelo yokushiswa nemihlatshelo yesono kawuyijabulelanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




KumaHeberu 10:6
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJehova uyathokoza ngabamesabayo, abathemba umusa wakhe.


Umhlatshelo nomnikelo wokudla awuwuthandi; izindlebe zami uzibhobozile; umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.


“Sengathi kungaba khona phakathi kwenu ongavala izicabha, ukuze ningabaseli ize e-altare lami! Angithokozi ngani,” usho uJehova Sebawoti, “angiyikwamukela iminikelo ezandleni zenu.


Bheka, kwavela izwi ezulwini, lithi: “Lo uyiNdodana yami ethandekayo engithokozile ngayo.”


nihambe othandweni, njengalokho uKristu wanithanda, wazinikela ngenxa yethu, abe ngumnikelo nomhlatshelo, abe yiphunga elimnandi kuNkulunkulu.


Kepha nginakho konke ngokweqileyo; nganelisiwe sengamukelisiwe ngu-Ephafrodithu okuvela kinina, iphunga elimnandi, umhlatshelo omuhle nothokozisayo kuNkulunkulu.


ngokuba akunakwenzeka ukuba igazi lezinkunzi nelezimbuzi lisuse izono.


USamuweli wathi: “UJehova uyenamela yini iminikelo yokushiswa nemihlatshelo, njengalokhu enamele ukulalelwa kwezwi likaJehova, na? Bheka, ukulalela kuhle kunomhlatshelo, nokuqaphela kuhle kunamanoni ezinqama.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ