KumaHeberu 10:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Ngokuba nazwelana nababoshiweyo, navuma ngokuthokoza ukuphangwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ninempahla enhle kunaleyo, nemiyo njalo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202034 Nezwelana impela nababoshiweyo, nakwemukela ngokuthokoza ukuqhwagwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ninempahla engcono kunaleyo, futhi engeyaphakade. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible34 Ngokuba nazwelana nami ekuboshweni kwami, nakwamukela ngokuthokoza ukuphangwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ngokwenu ninempahla engcono nemiyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 202434 Ngokuba nazwelana nami ekuboshweni kwami, nakwamukela ngokuthokoza ukuphangwa kwempahla yenu, nazi ukuthi nina ngokwenu ninempahla engcono nemiyo. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |