Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 7:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Ukhona yini ezikhulwini nakubaFarisi oke wakholwa nguye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

48 Ukhona yini ezikhulwini noma kubaFarisi oke wakholwa nguye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

48 Ukhona yini kubabusi noma kubaFarisi okholwe kuye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Ukhona yini kubabusi noma kubaFarisi okholwe kuye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 7:48
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngalelo hora uJesu wakhuluma wathi: “Ngiyakubonga, Baba, Nkosi yezulu nomhlaba, ngokuba ukufihlile lokhu kwabahlakaniphileyo nabanokuqonda, wakwambulela izingane;


UPilatu wabizela ndawonye abapristi abakhulu nababusi nabantu,


Nokho abaningi nasezikhulwini bakholwa nguye, kodwa ngenxa yabaFarisi abakuvumanga, funa bakhishwe esinagogeni;*


Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda.


Bheka, ukhuluma obala, kabasho lutho kuye. Kungaba ngukuthi ababusi sebazi isibili ukuthi lo unguKristu na?


Kodwa lesi sixuku esingawazi umthetho siqalekisiwe.”


Wayesethi kubo uNikodemu owake weza kuye engomunye wabo:


Izwi likaNkulunkulu landa, umumo wabafundi wakhula eJerusalema, nesixuku esikhulu sabapristi salalela inkolo.


Siphi isazi na? Uphi umbhali na? Uphi umphikisi walesi sikhathi na? UNkulunkulu kakwenzanga kube yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?


okungaziwa namunye wababusi balesi sikhathi; ngokuba uma bebekwazi, babengayikuyibethela esiphambanweni iNkosi yenkazimulo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ