Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 7:43 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

43 Ngakho kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

43 Ngakho-ke kwaba khona ukwehlukana ngaye esixukwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

43 Kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

43 Kwaba khona ukwahlukana ngaye esixukwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 7:43
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Yebo, ngize ukuphambanisa umuntu noyise, nendodakazi nonina, nomalokazana noninazala.


Nithi ngize ukuletha ukuthula emhlabeni na? Ngithi kini: Qha, kepha kakhulu ukwahlukana.


Kwaba khona futhi ukwahlukana phakathi kwabaJuda ngalawo mazwi.


Kwaba khona ukukhonona okukhulu ngaye phakathi kwezixuku. Abanye bathi: “Muhle;” abanye bathi: “Qha, ngokuba udukisa abantu.”


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: “Lona kaveli kuNkulunkulu, lokhu engagcini isabatha.” Abanye bathi: “Umuntu oyisoni angazenza kanjani izibonakaliso ezinje na?” Kwaba khona ukwahlukana phakathi kwabo.


Kepha isixuku somuzi sahlukana phakathi, abanye baba ngakubaJuda nabanye ngakubaphostoli.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ