Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 21:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Wasuka uSimoni Petru, walihudulela emhlabathini inetha. Ligcwele izinhlanzi ezinkulu, ziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu; noma zingako, inetha alidabukanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 USimoni Phethro wasuka, walihudulela emhlabathini inetha. Laligcwele izinhlanzi ezinkulu eziyi-153. Nakuba izinhlanzi zaziziningi kangako, nokho inetha alidabukanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 USimoni Petru wakhuphuka, walihudulela emhlabathini inetha ligcwele izinhlanzi ezinkulu, eziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 USimoni Petru wakhuphuka, walihudulela emhlabathini inetha ligcwele izinhlanzi ezinkulu, eziyikhulu namashumi ayisihlanu nantathu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 21:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu wathi kubo: “Lethani izinhlanzi kwenizibambe manje.”


UJesu wathi kubo: “Wozani nidle.” Kepha akwabakho kubafundi owaba nesibindi sokumbuza ngokuthi: “Ungubani wena na?” Bazi ukuthi yiyo iNkosi.


Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ