Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 20:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Izibonakaliso ezinye eziningi uJesu wazenza phambi kwabafundi bakhe, ezingalotshiwe kule ncwadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Ziningi ezinye izibonakaliso uJesu azenza phambi kwabafundi bakhe, ezingalotshiwe kule ncwadi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Lezinye izibonakaliso ezinengi uJesu wazenza phambi kwabafundi bakhe, ezingalotshiweyo kulugwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Lezinye izibonakaliso ezinengi uJesu wazenza phambi kwabafundi bakhe, ezingalotshiweyo kulugwalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 20:30
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lokho ukuqala kwezibonakaliso wakwenza uJesu eKhana laseGalile ebonakalisa inkazimulo yakhe; abafundi bakhe bakholwa nguye.


Kukhona nezinye izinto eziningi azenza uJesu; uma zilotshiwe zona ngazinye, ngithi nezwe lonke lingezanele izincwadi ezingalotshwa.


Samlandela isixuku esikhulu, ngokuba babebona izibonakaliso azenzayo kwabagulayo.


Ngokuba konke okwalotshwa ngaphambili kwalotshelwa ukufundiswa kwethu, ukuze ngokubekezela nangenduduzo yemibhalo sibe nethemba.


Kepha lezo zinto zabehlela bona kube yisibonelo; kulotshelwe ukusiyala thina, osekufikile kithi ukugcina kwezikhathi.


Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ