Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 18:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo salowo ondlebe yaso uPetru abeyinqumile, yathi: “Angikubonanga yini mina ensimini unaye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Enye yezinceku zomphristi omkhulu, eyisihlobo salowo ondlebe yaso uPhethro wayeyinqumile, yathi: “Angikubonanga yini ensimini naye na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo sakhe uPetru ayinquma indlebe, yathi: “Angikubonanga mina ensimini unaye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Enye yezinceku zompristi omkhulu, eyisihlobo sakhe uPetru ayinquma indlebe, yathi: “Angikubonanga mina ensimini unaye na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 18:26
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Indebe yeqiniso iyakuma kuze kube phakade, kepha ulimi lwamanga lungolomzuzwana nje.


Emva kwesikhashana ababemi khona basondela, bathi kuPetru: “Nempela nawe ungomunye wabo, ngokuba nokukhuluma kwakho kuyakudalula.”


Emva kwesikhashana omunye wambona, wathi: “Nawe ungomunye wabo.” Kepha uPetru wathi: “Muntundini, angisiye.”


UJesu esekhulume lawo mazwi waphuma kanye nabafundi bakhe, waya phesheya komfudlana iKedroni, lapho kwakukhona insimu angena kuyo yena nabafundi bakhe.


USimoni Petru enenkemba wayihosha, wayigenca inceku yompristi omkhulu, wayinquma indlebe yokunene. Igama lenceku lalinguMalkusi.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ