Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 18:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha uSimoni Petru wayemi otha. Bathi-ke kuye: “Imbala nawe awusiye owabafundi bakhe na?” Waphika yena, wathi: “Angisiye.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Kepha uSimoni Phethro wayemi, otha. Bathi-ke kuye: “Ngabe impela nawe awusiye yini omunye wabafundi bakhe na?” Waphika wathi: “Angisiye.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 USimoni Petru wayemi otha. Basebesithi kuye: Lawe kawusuye omunye wabafundi bakhe? Waphika wathi: Kangisuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 USimoni Petru wayemi otha. Basebesithi kuye: Lawe kawusuye omunye wabafundi bakhe? Waphika wathi: Kangisuye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 18:25
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ukwesaba abantu kubeka ugibe, kepha owethemba uJehova uyalondeka.


USara waphika wathi: “Angihlekanga,” ngokuba wesaba. Kepha wathi: “Qha, uhlekile.”


Intombazana ethile, imbona ehlezi ngasemlilweni, yamgqolozela yathi: “Nalona ube naye.”


Kepha uPetru wayehlezi ngaphandle egcekeni; kweza kuye intombazana, yathi: “Nawe ubunoJesu waseGalile.”


UPetru esesegcekeni ngaphansi, kwafika enye yamantombazana ompristi omkhulu,


Sebebasile umlilo phakathi egcekeni bahlala phansi ndawonye; uPetru wahlala phakathi kwabo.


Kepha waphika, wathi: “Sifazane, angimazi.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ