Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 13:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 USimoni Petru wayesemqhweba ethi: “Yisho ukuthi ubekhuluma ngobani na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 USimoni Phethro wamqhweba, wathi: “Mbuze ukuthi ukhuluma ngobani na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 USimoni Petru wayesemqhweba ukuthi abuze ukuthi ukhuluma bani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

24 USimoni Petru wayesemqhweba ukuthi abuze ukuthi ukhuluma bani.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 13:24
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuthe esephuma, wahluleka ukukhuluma kubo; bazi ukuthi ubone umbono ethempelini; wayelokhu ebaqhweba, wahlala eyisimungulu.


Babaqhweba omana babo abakomunye umkhumbi ukuba beze, bababambise. Beza-ke, bayigcwalisa imikhumbi yomibili, yaze yathi ayizike.


Kwakuhlezi ekudleni omunye wabafundi bakhe uJesu amthandayo, encike esifubeni sikaJesu.


Yena encike esifubeni sikaJesu wathi kuye: “Nkosi, ngubani na?”


Wayesebaqhweba ngesandla ukuba bathule, wabalandisa ukuthi iNkosi imkhiphe kanjani etilongweni, wathi: “Bikelani uJakobe nabazalwane lokhu.” Wayesephuma, waya kwenye indawo.


Wayesesukuma uPawulu, waqhweba ngesandla, wathi: “Madoda akwa-Israyeli, nani enesaba uNkulunkulu, lalelani:


Esemvumele, uPawulu wema esikhwelweni, waqhweba abantu ngesandla; sekuthe cwaka, wakhuluma ngolimi lwesiHeberu, wathi:


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ