Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 11:49 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Kepha othile wabo, uKayafase, engumpristi omkhulu walowo mnyaka, wathi kubo: “Anazi lutho nina;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

49 Kepha omunye wabo, uKhayifase, owayengumphristi omkhulu ngalowo nyaka, wathi kubo: “Anazi lutho nina,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

49 Omunye wabo, uKayafase igama lakhe, engumpristi omkhulu ngalowo mnyaka, wathi kubo: Anazi lutho nina.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Omunye wabo, uKayafase igama lakhe, engumpristi omkhulu ngalowo mnyaka, wathi kubo: Anazi lutho nina.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 11:49
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyabona umuntu ohlakaniphile emehlweni akhe na? Kukhona ithemba ngesiwula kunaye.


Khona kwabuthana abapristi abakhulu namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase.


u-Anase engumpristi omkhulu noKayafase, kwafika izwi likaNkulunkulu kuJohane indodana kaZakariya ehlane.


Lokho kakushongo ngokwakhe, kodwa engumpristi omkhulu walowo mnyaka waprofetha ukuba uJesu wayezakufa ngenxa yesizwe;


no-Anase umpristi omkhulu, noKayafase, noJohane, no-Aleksandru, nabo bonke abendlu yompristi omkhulu,


Siphi isazi na? Uphi umbhali na? Uphi umphikisi walesi sikhathi na? UNkulunkulu kakwenzanga kube yize ukuhlakanipha kwaleli zwe na?


Kepha ukuhlakanipha sikukhuluma phakathi kwabapheleleyo, ukuhlakanipha kambe okungesikho okwalesi sikhathi nokwababusi balesi sikhathi, ababhubhayo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ