Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Johane 11:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UMariya esefike lapho ekhona uJesu, embona, wawa ngasezinyaweni zakhe, wathi: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Ngakho uMariya esefikile lapho uJesu ayekhona, wathi ukuba ambone wazilahla ngasezinyaweni zakhe, wathi: “Nkosi, ukuba ubukhona, umfowethu ngabe akafanga.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Johane 11:32
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

yawa ngobuso ngasezinyaweni zakhe imbonga; yayingumSamariya.


Kuthe uSimoni Petru ekubona lokho, waziphonsa phansi ngasemadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi, Nkosi, ngokuba ngingumuntu oyisoni.”


Bheka, kwafika indoda, nguJayiru igama layo, ingumphathi wesinagoge,* yaziphonsa phansi ngasezinyaweni zikaJesu, yamncenga ukuba angene endlini yayo.


UMariya kwakunguye owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula.


Wayesethi uMarta kuJesu: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga;


Kepha abanye kubo bathi: “Lo owavula amehlo empumputhe wayengekwenze yini ukuba yena lo angafi na?”


Induna yenkosi yathi kuye: “Nkosi, yehla engakafi umntanami.”


Mina Johane nginguye owezwa nowabona lezi zinto. Kuthe sengizwile, sengibonile, ngawa phansi ukuba ngikhuleke phambi kwezinyawo zengelosi engikhombisile lezo zinto.


Nezidalwa ezine zathi: “Amen,” namalunga awa phansi, akhuleka.


Kuthe seliyithabathile incwadi, izidalwa ezine namalunga angamashumi amabili nane awa phansi phambi kweWundlu, kuyilelo nalelo linehabhu* nezitsha zegolide zigcwele impepho eyimikhuleko yabangcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ