Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 7:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 “INkosi yayisithi kuye: ‘Khumula izicathulo ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

33 “INkosi yayisithi kuye: ‘Khumula izimbadada ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 INkosi yasisithi kuye: Khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngoba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

33 INkosi yasisithi kuye: Khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngoba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 7:33
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wathi: “Ngilapha.” Wayesethi: “Ungasondeli lapha; khumula izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ngokuba indawo omi kuyo ingumhlabathi ongcwele.”


Gcina unyawo lwakho, lapho uya endlini kaNkulunkulu, ngokuba ukusondela ukuyokuzwa kungcono kunokunikela ngomhlatshelo weziwula, ngokuba azazi ukuthi zenza okubi.


“Mina nginibhapathiza ngamanzi, kube ngukuphenduka; kepha yena oza emva kwami unamandla kunami engingafanele ukuthwala izicathulo zakhe; yena uzakunibhapathiza ngoMoya oNgcwele nangomlilo,


Isikhulu sebandla likaJehova sathi kuJoshuwa: “Khumula isicathulo sakho onyaweni lwakho, ngokuba indawo omi kuyo ingcwele.” UJoshuwa wenze njalo-ke.


lelo zwi salizwa thina livela ezulwini, sikanye naye entabeni engcwele.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ