IzEnzo 5:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 Kepha uPetru wathi kuye: “Kungani ukuba nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bazakukukhiphela phandle.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20209 Kepha uPhethro wathi kuye: “Kungani nivumelene ngokulinga uMoya weNkosi na? Uyabona-ke, izinyawo zabangcwabe umyeni wakho zisemnyango, nawe-ke bazakukukhiphela phandle.” အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible9 UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Contemporary Zulu Bible 20249 UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Yayisithuma umuntu phambi kwayo, u-Elisha esahlezi endlini yakhe, namalunga ehlezi naye; kepha, singakafiki kuye isithunywa, wathi emalungeni: “Niyabona yini ukuthi le ndodana yombulali ithumele ukunquma ikhanda lami na? Bhekani, ekufikeni kwesithunywa manivale isivalo, nisibuyisele emuva isithunywa ngesivalo; angithi izigqi zezinyawo zenkosi yaso zisemva kwaso na?”