Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 5:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Manje-ke ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli su nalo msebenzi kuvela kubantu, kuyakuchitheka;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Manje ngithi kini: hlukanani nalaba bantu, bayekeni phansi, ngokuba uma lokhu kungumsebenzi ovela kubantu, kuyakushabalala,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Manje ngithi kini: Dedani kulaba bantu, nibayeke, ngokuba uma leli cebo nalo msebenzi ungowabantu, uyachitheka;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 5:38
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi izitha zethu sezizwile ukuthi kwazeke kithi nokuthi uNkulunkulu wayeshafisile icebo labo, sabuyela sonke ogangeni, kwaba yilowo nalowo emsebenzini wakhe.


Akukho ukuhlakanipha, akukho ukuqonda, nesiluleko, okungamelana noJehova.


ukuthi ngiyakumaphula owase-Asiriya ezweni lami, ngimnyathele phansi ezintabeni zami; bese lisuka kubo ijoka lakhe, nomthwalo wakhe usuke emahlombe abo.”


Kwasho ubani, kwenzakala, iNkosi ingakuyalelanga, na?


Kepha waphendula wathi: “Yileso naleso sithombo esingatshalwanga nguBaba wasezulwini siyakusishulwa.


Ukubhapathiza kukaJohane kwavela ezulwini noma kubantu na? Ngiphenduleni.”


uma simyeka njalo, bazakukholwa nguye bonke; amaRoma ayakufika, asamuke indawo nesizwe.”


wayesethi kubo: “Madoda akwa-Israyeli, qaphelani kulokho enizakukwenza kulaba bantu.


Ngokuba ukuhlakanipha kwaleli zwe kungubuwula kuNkulunkulu. Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ubamba abahlakaniphileyo ebuqilini babo,”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ