Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 28:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Sekwenzekile lokho, iningi labantu basesiqhingini baletha nabanye ababenezifo, baphiliswa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kwathi lokho sekwenzekile, beza nabanye abasesiqhingini abanezifo, baphulukiswa;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 28:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa.


Sebedabule isiqhingi sonke, baze bafika ePhafu, bafumana indoda ethile eyisanusi nomprofethi wamanga, umJuda, ogama lakhe linguBarjesu,


basitusa ngokutusa okuningi; kwathi mhla simuka ngomkhumbi, basinika esikudingayo.


Kepha uyise kaPhubiliyu wayelele phansi ephethwe ngumkhuhlane nembo; uPawulu wangena kuye, wakhuleka, wabeka izandla phezu kwakhe, wamphilisa.


Kwenziwa izimangaliso nezibonakaliso eziningi ebantwini ngezandla zabaphostoli; bonke babe nhliziyonye besemphemeni kaSolomoni.


ngangokuba bakhiphela phandle emigwaqweni abagulayo, bababeka emacansini nasezinhlakeni, kuze kuthi lapho eza uPetru, isithunzi nje sakhe sisithibeze abanye kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ