Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 27:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Banquma amahange* bawashiya elwandle, bathukulula futhi izintambo zamaphini okuqondisa, baphakamisela emoyeni indwangu ephambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

40 Banquma amahange, bawashiya olwandle; bathukulula izintambo zamaphini okuqondisa umkhumbi; indwangu engaphambili bayiphakamisela emoyeni, base beqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Sebekhuphulile amahange, bawayekela olwandle, bathukulula izibopho zokuqondisa, baphakamisela emoyeni useyili wangaphambili, baqonda ogwini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 27:40
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izintambo zakho ziyaxega, azinakusiqinisa isiqu sensika yabo, azinakumeneka useyili;* khona iyakwabelwa impango enkulu ephangiweyo; nezinyonga ziyakuthatha impango.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha elwandle; ngokuba babe ngabadobi.


sebe sikhuphulile basebenzisa izinto zokusiza, bawuzongolozela umkhumbi ngezintambo; kuthe besaba ukuthi bazakukhahleleka eSirti, behlisa izindwangu zomkhumbi, baqhutshwa kanjalo.


Batheleka endaweni enolwandle nxazombili, baqhubela umkhumbi kuyo, inhloko yomkhumbi yagxumekeka, yema ingenakunyakaziswa, kepha ingasemuva laphulwa ngamandla amaza.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ