Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 24:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 ngaphandle kwalelo zwi elilodwa engalimemeza ngimi phakathi kwabo lokuthi: ‘Ngokuvuka kwabafileyo mina ngimangalelwa yinina namuhla.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

21 ngaphandle kwalokho okukodwa zwi engakumemeza ngimi phakathi kwabo, kokuthi: ‘Mina ngehlulelwa yinina namuhla ngokuvuka kwabafileyo.’ ”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 ngaphandle kwaleli zwi linye engamemeza ngalo ngimi phakathi kwabo, lokuthi ngokuvuka kwabafileyo ngimangalelwa yinina namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

21 ngaphandle kwaleli zwi linye engamemeza ngalo ngimi phakathi kwabo, lokuthi ngokuvuka kwabafileyo ngimangalelwa yinina namuhla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 24:21
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha kwathi uPawulu azi ukuthi enye inxenye yabo ingabaSadusi nenye ingabaFarisi, wamemeza emphakathini, wathi: “Madoda, bazalwane, ngingumFarisi mina, ngiyindodana yabaFarisi; ngimangalelwa ngethemba nangokuvuka kwabafileyo.”


nginethemba kuNkulunkulu abalibheka nabo uqobo lokuthi kuyakuba khona ukuvuka kwabafileyo, okwabalungile nokwabangalungile.


Ngakho ngaleso sizathu nginibizele lapha ukuba nginibone, ngikhulume nani; ngokuba ngenxa yethemba lika-Israyeli ngiboshiwe ngaleli ketanga.”


benengwa ngukufundisa kwabo abantu nokumemezela ngoJesu ukuvuka kwabafileyo,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ