Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 23:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Yayisibiza izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amabutho angamakhulu amabili alungele ukuya eKesariya ngehora lesithathu lasebusuku, kanye nezinkweli ezingamashumi ayisikhombisa, nabemikhonto abangamakhulu amabili,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 Induna yenkulungwane yayisibiza izinduna zekhulu ezimbili, yathi kuzo: “Hlelani amabutho angama-200 ukuze alungele ukuya eKhesariya ngehora lesithathu ebusuku, nabagibele amahhashi abangama-70, nabemicibisholo abangama-200.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Yasibizela kuye izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amasosha angamakhulu amabili ukuba aye eKesariya, nabamahhashi abangamashumi ayisikhombisa, nababikhonto abangamakhulu amabili, ngehora lesithathu lobusuku;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Yasibizela kuye izinduna zekhulu ezimbili, yathi: “Lungisani amasosha angamakhulu amabili ukuba aye eKesariya, nabamahhashi abangamashumi ayisikhombisa, nababikhonto abangamakhulu amabili, ngehora lesithathu lobusuku;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 23:23
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngomlindo wesine wobusuku weza kubo ehamba phezu kolwandle.


Noma ifika ngomlindo wesibili noma ngowesithathu, ifumane kunjalo, zibusisiwe zona lezo.


Khona induna yenkulungwane yayisiyimukisa insizwa, isiyiyalile ukuba ingatsheli muntu ukuthi imbikele lokho.


Khona amabutho ayesemthatha uPawulu njengokuyalwa kwawo, amyisa e-Antipatheri ebusuku.


Kepha ngangomuso ashiya izinkweli ukuba zihambe naye; wona abuyela ekamu;*


lezo sezifikile eKesariya zanika umbusi incwadi, zamisa uPawulu phambi kwakhe.


Kepha kwafika uLisiya induna yenkulungwane, wamthatha ngendluzula enkulu ezandleni zethu,


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azotu, wahamba eshumayela ivangeli kuyo yonke imizi, waze wafika eKesariya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ