Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 22:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha njengokuba ngangingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla yibo ababe nami, ngafika eDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

11 “Njengalokhu ngangingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngengalo yilabo engangihamba nabo, ngaze ngafika eDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kwathi ngingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla sababe nami, ngafika eDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kwathi ngingasaboni ngenxa yenkazimulo yalokho kukhanya, ngaholwa ngesandla sababe nami, ngafika eDamaseku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 22:11
4 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngiyakuhambisa izimpumputhe ngendlela ezingayaziyo; emikhondweni ezingayaziyo ngiyakuzihola; ngiyakwenza ubumnyama bube ngukukhanya phambi kwazo, namagebhugebhu ukuba ahlelenjwe; ngiyakwenza lezi zinto ngingazishiyi.


Njalo-ke uma umzimba wakho wonke ungukukhanya ungenandawo emnyama, uyakukhanya wonke njengesibani sikukhanyisa ngokukhanya kwaso.”


Bheka, isandla seNkosi siphezu kwakho manje. Uzakuba yimpumputhe, kube yisikhathi ungaliboni ilanga.” Kwase kumfikela khona lapho ukufiphala nobumnyama, wahamba efuna abazakumhola ngesandla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ