Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 21:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Khona uPawulu wawathatha lawo madoda, ngangomuso wayesezihlambulula kanye nawo, wangena ethempelini, wabika ukuphela kwezinsuku zokuhlanjululwa, kuze kulethwe umnikelo ngenxa yawo onke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

26 Ngakho-ke uPawula wathatha lawo madoda, kwathi ngakusasa wazihlambulula kanye nawo, wangena ethempelini, wabazisa ngokuphela kwezinsuku zokuhlanjululwa, kuze kwenziwe umnikelo walowo nalowo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

26 UPawuli wasewathatha amadoda, kusisa ezihlambulule kanye lawo, wangena ethempelini, ukutshengisa ukuphela kwensuku zokuhlanjululwa, kuze kunikelelwe umnikelo wawo wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

26 UPawuli wasewathatha amadoda, kusisa ezihlambulule kanye lawo, wangena ethempelini, ukutshengisa ukuphela kwensuku zokuhlanjululwa, kuze kunikelelwe umnikelo wawo wonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 21:26
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“ ‘Othinta isidumbu somuntu uyakuba ngongcolile izinsuku eziyisikhombisa.


Lase liseduze iPhasika labaJuda; abaningi abavela emaphandleni bakhuphukela eJerusalema ngaphambi kwePhasika ukuba bazihlambulule.


wathathe wona, uzihlambulule kanye nawo, uwakhokhele ukuba aphucule ikhanda; khona bazakwazi bonke ukuthi akukho lutho lwalokho abakubikelwe ngawe, kepha ukuthi nawe uhamba ulonda umthetho.


okuthe ngikulokho bangifumana ethempelini ngihlanjululiwe, kungekho isixuku nomsindo,


KubaJuda ngaba njengomJuda, ukuze ngizuze abaJuda; kwabaphansi komthetho ngaba njengophansi komthetho, noma ngingephansi komthetho mina, ukuze ngizuze abaphansi komthetho;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ