Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 17:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngokuba uletha ezindlebeni zethu okuthile okungaziwayo; ngalokho sifuna ukwazi ukuthi lokhu kungaba yini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

20 Ngokuba usitshela ngezinto ezimangalisayo, ngakho siyafuna ukwazi ukuthi lokhu kusho ukuthini?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Ngokuba uletha ezindlebeni zethu izinto ezingaziwayo; ngakho-ke sifuna ukwazi ukuthi lezi zinto ziyini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngokuba uletha ezindlebeni zethu izinto ezingaziwayo; ngakho-ke sifuna ukwazi ukuthi lezi zinto ziyini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 17:20
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Noma ngimlobela imithetho yami kaningi, iyashaywa okungaziwayo.


Bazigcinela lelo zwi bebuzana ngokuthi kuyini lokho ukuvuka kwabafileyo.


Ngakho-ke abaningi kubafundi bakhe bekuzwa lokho bathi: “Lilukhuni leli zwi; ngubani ongalizwa na?”


UPetru esasambathekile ngokuthi ngakube uyini lowo mbono awubonileyo, bheka, amadoda ayethunyiwe nguKorneliyu, esebuzile indlu kaSimoni, ema ngasesangweni,


Base bemthatha, bamyisa e-Areyophagu, bethi: “Ungesazise ukuthi siyini lesi sifundiso esisha esikhulunywa nguwe na?


Ngokuba bonke abase-Athene nabafokazi abakhe khona babengazilibazisi ngokunye, kuphela ngokukhuluma nokuzwa izindaba ezintsha.


Bonke bamangala, basambatheka, bathi omunye komunye: “Kuthini lokhu na?”


Ngokuba izwi lesiphambano kwababhubhayo lingubuwula, kepha kithina esisindiswayo lingamandla kaNkulunkulu.


kepha thina sishumayela uKristu obethelwe esiphambanweni, isikhubekiso kubaJuda, ubuwula kubo abezizwe,


Umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye; angekuqonde, ngokuba kubonisiswa ngokomoya.


Sinokuningi esingakusho ngalokho, okulukhuni ukuchasisela, lokhu senaba buthuntu ekuzweni.


Bayamangala ngokungagijimeli kwenu kulowo msindo wokushinga kwabo, behlambalaza;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ