Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 16:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Izikhonzi zabikela izinduna lawo mazwi. Zona zesaba sezizwa ukuthi bangamaRoma,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Izikhonzi zazibikela izinduna lawo mazwi. Zesaba lapho zizwa ukuthi bangamaRoma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Izikhonzi zakhuluma lawo mazwi ezinduneni, zesaba zizwa ukuthi bangamaRoma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Izikhonzi zakhuluma lawo mazwi ezinduneni, zesaba zizwa ukuthi bangamaRoma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 16:38
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kuthe efuna ukumbulala, wesaba abantu, ngokuba bathi ungumprofethi.


Base befuna ukumbamba; kepha bazesaba izixuku, ngokuba zazithi ungumprofethi.


“Kepha nxa beniqhubela emasinagogeni,* nakubabusi, nakuzo iziphathimandla, ningakhathazeki ngokuthi niyakuziphendulela kanjani nangokuthini, nokuba niyakukhulumani,


Kepha sekusile, izinduna zathuma izikhonzi, zathi: “Bakhulule labo bantu.”


Ngakho basuka kuye masinyane abase bezakumhlola; kepha induna yenkulungwane yesaba, isiyazi ukuthi ungumRoma nokuthi ibimbophile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ