Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 15:38 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Kepha uPawulu wathi akufanele ukuba bahambe naye owabashiya ePhamfiliya, akaze aya nabo emsebenzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

38 Kepha uPawula waqinisa ukuthi akufanele bahambe nalowo owabashiya ePhamfiliya, akaze ahamba nabo ukuyosebenza.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Kepha uPawulu akabonanga kukuhle ukumthatha, ahambe nabo, yena owabashiya ePhamfiliya, akaya nabo emsebenzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

38 Kepha uPawulu akabonanga kukuhle ukumthatha, ahambe nabo, yena owabashiya ePhamfiliya, akaya nabo emsebenzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 15:38
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abantu bakwa-Efrayimi, sebehlomile bephethe iminsalo, babuyela emuva ngosuku lokulwa.


Ukwethemba ombuluzayo ngosuku lokuhlupheka kunjengezinyo elaphukileyo nonyawo olwenyeleyo.


Nomunye-ke wathi: “Ngizakukulandela, Nkosi; kepha ngivumele ngiye kuqala ukuyovalelisa abasekhaya.”


UPawulu nababe naye bamuka ePhafu ngomkhumbi, bafika ePherge lasePhamfiliya; kepha uJohane wahlukana nabo, wabuyela eJerusalema.


naseFrigiya, nasePhamfiliya, naseGibithe, nasezweni laseLibiya ngaseKhurene, nezihambi zaseRoma,


umuntu onhliziyombili oguquguqukayo ezindleleni zakhe zonke.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ