Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 13:31 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Wabonwa izinsuku eziningi yibo ababekhuphukele naye eJerusalema bevela eGalile, asebengofakazi bakhe kubantu manje.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Wabonwa izinsuku eziningi yilabo ayekhuphuke nabo eGalile, waya eJerusalema, asebengofakazi bakhe manje kubantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Wabonwa izinsuku eziningi yilabo ababekhuphukele naye eJerusalema besuka eGalile, abangabofakazi bakhe kubantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

31 Wabonwa izinsuku eziningi yilabo ababekhuphukele naye eJerusalema besuka eGalile, abangabofakazi bakhe kubantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 13:31
18 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha abafundi abayishumi nanye baya eGalile kuleyo ntaba uJesu ayebayalele yona;


Nani niyafakaza, ngokuba beninami kwasekuqaleni.


athi: “Madoda aseGalile, nimeleni nibheka ezulwini na? UJesu lo, osuswe kini enyuselwa ezulwini, uyakuza kanjalo, njengalokho nimbonile eya ezulwini.”


kuqalela embhapathizweni kaJohane kwaze kwaba lusuku akhushulwa ngalo kithi, kumelwe ukuba enye kuwo ibe ngufakazi kanye nathi ngokuvuka kwakhe.”


waziveza kubo ephilile emva kokuhlupheka kwakhe ngobufakazi obuningi, wabonwa yibo izinsuku ezingamashumi amane ekhuluma ngezombuso kaNkulunkulu;


kodwa nizakwamukeliswa amandla, uMoya oNgcwele esefikile phezu kwenu, nibe ngofakazi bami eJerusalema, naseJudiya lonke, naseSamariya kuze kube sekugcineni komhlaba.”


“Nathi singofakazi bezinto zonke azenzayo ezweni labaJuda naseJerusalema yena abambulalayo bemphanyeka emthini.


kungekubantu bonke kodwa kithina esingofakazi ababekhethwe nguNkulunkulu ngaphambili, esasidla siphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.


UJesu lo uNkulunkulu wamvusa, esingofakazi bakho thina sonke;


nayibulala iNkosi yokuphila ayivusayo uNkulunkulu kwabafileyo, esingofakazi bakho thina.


Thina singofakazi balezo zinto kanye noMoya oNgcwele uNkulunkulu amnikile labo abamlalelayo.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ