Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 12:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Kepha oBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqede ukukhonza kwabo, behamba benoJohane othiwa uMarku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 UBharnabha noSawula babuyela eJerusalema, ngokuba base bekuqedile ukukhonza kwabo, behamba noJohane okuthiwa nguMakhu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

25 OBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqedile inkonzo yabo, bahamba noJohane othiwa uMarku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 12:25
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sekumkhanyele lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku, lapho bebebuthene khona abaningi bekhuleka.


Kodwa oPawulu noBarnaba bahlala e-Antiyokiya, befundisa beshumayela izwi leNkosi kanye nabanye abaningi.


UBarnaba wahlosa ukuhamba noJohane othiwa uMarku.


Kwathi uJosefa owathiwa ngabaphostoli uBarnaba, okungukuthi ngokuhunyushwa indodana yenduduzo, umLevi waseKhupro ngokuzalwa,


Uyakhonza kini u-Aristarku oyisiboshwa kanye nami, noMarku umzala kaBarnaba, enayalezwa ngaye – uma efika kini mamukeleni –


nguLuka yedwa onami. Thatha uMarku, uze naye, ngokuba unosizo kimi ekukhonzeni.


noMarku, no-Aristarku, noDema, noLuka, izisebenzi kanye nami.


Liyakhonza kini ibandla elikhethiweyo, kanye nani eliseBabiloni, noMarku indodana yami.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ