Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzEnzo 1:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 ngokuba wayebalwe kanye nathi, wathola isabelo kule nkonzo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

17 ngokuba wayebalwe kanye nathi, futhi enesabelo kule nkonzo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

17 Ngokuba wayebalwa nathi, wazuza ingxenye yalo msebenzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Ngokuba wayebalwa nathi, wazuza ingxenye yalo msebenzi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzEnzo 1:17
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

noSimoni umKhanani, noJuda Iskariyothe owamkhaphelayo.


Esakhuluma, bheka, kwafika isixuku; naye othiwa uJuda, omunye wabayishumi nambili, wayehamba phambi kwabo, wasondela kuJesu ukumanga.


noJuda kaJakobe, noJuda Iskariyothe owaba ngumkhapheli.


Lapho ngise nabo ezweni, ngabagcina egameni lakho labo ongiphe bona, ngabalonda; akakho kubo owalahleka, kuphela indodana yokulahlwa, ukuba kugcwaliseke umbhalo.


ukuba athathe isikhundla sale nkonzo nobuphostoli aphambuka kuso uJuda ukuya endaweni yakhe.”


Kepha oBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqede ukukhonza kwabo, behamba benoJohane othiwa uMarku.


Kepha ukuphila angikushayi into yalutho ukuba kube yigugu kimi, kuphela ukuba ngiphelelise ukuhamba kwami nenkonzo engayamukela eNkosini uJesu yokufakaza ngevangeli lomusa kaNkulunkulu.


Wababingelela, wabalandisa ngakho konke ngakunye uNkulunkulu abekwenzile phakathi kwabezizwe ngenkonzo yakhe.


Ngakho lokhu sinale nkonzo, njengokuba sahawukelwa, asidangali,


Kepha konke kuvela kuNkulunkulu owenza ukuba sibuyisane naye ngoKristu, wasinika inkonzo yokubuyisana,


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ