Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzAga 18:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Lapho kufika omubi, kufika nokudelela; kanye nehlazo kukhona inhlamba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

3 Lapho kufika onenkohlakalo kuza nokwedelela, kanye nehlazo nokuhlazeka.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Lapho omubi efika, kufika indelelo kanye nehlazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzAga 18:3
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngase ngikhuleka ngathi: “Yizwa, Nkulunkulu wethu, ngokuba sidelelekile, ubuyisele inhlamba yabo phezu kwamakhanda abo, ubanikele ukuba baphangwe ezweni lokuthunjwa;


Ukuthukwa kuyaphulile inhliziyo yami, ngigula kakhulu; bengibheka ukuhawukelwa, kepha akwabakho, nabaduduzayo, kepha angibatholanga.


Ngokuba ukushisekela indlu yakho kungidlile; izithuko zabakuthukayo zingehlele.


Lapho kufika ukuziqhenya, kufika nehlazo; kepha kwabathobekileyo kukhona ukuhlakanipha.


Olungileyo uyazonda amazwi amanga, kepha omubi ubanga amahloni, ahlazise.


Isiwula asithokozi ngokuqonda, kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yakhe.


Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo, nomfula ogobhozayo, nomthombo wokuhlakanipha.


Xosha isideleli, besekuphuma ukuxabana, kuphele ukuphikisana nehlazo.


Ngokwanda kwababi kuyanda iziphambeko, kepha abalungileyo bayakubuka ukuwa kwabo.


Uma nithukwa ngenxa yegama likaKristu, nibusisiwe, ngokuba uMoya wenkazimulo nokaNkulunkulu uhlezi phezu kwenu.


Bayamangala ngokungagijimeli kwenu kulowo msindo wokushinga kwabo, behlambalaza;


Intukuthelo kaSawule yayisimvuthela uJonathani, wathi kuye: “Wena ndodana yowesifazane owonakeleyo nohlubukileyo, angazi yini ukuthi ukhethile indodana kaJese kube yihlazo lakho nehlazo lobunqunu bukanyoko, na?


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ