Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IzAga 17:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Osibekela isiphambeko ufuna uthando, kepha onokondisa indaba wahlukanisa abahlobo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Osibekela isiphambeko ufuna uthando, kepha olulandelayo udaba udalula imfihlo, wehlukanisa abangani abasondelene.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Osibekela isiphambeko ufuna uthando; kepha ophinda indaba wehlukanisa abangane abaningi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IzAga 17:9
7 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ubusisiwe osiphambeko sakhe sithethelelwe, osono sakhe sisibekelwe.


Inzondo iyabanga ukuxabana, kepha uthando luyasibekela iziphambeko zonke.


Umuntu ophambeneyo usakaza ukuxabana, nomncethezi wahlukanisa abahlobo.


Insolo ingena koqondileyo kunemivimbo eyikhulu koyisiwula.


Uthando luyabekezela, uthando lumnene, alunamhawu, uthando aluzigabisi, aluzikhukhumezi;


yazini ukuthi obuyisile isoni ekudukeni kwendlela yaso uyakusindisa umphefumulo wakhe ekufeni, asibekele izono eziningi.


kunakho konke yibani nokuthandana okunganqamukiyo, ngokuba uthando lusibekela inqwaba yezono;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ