Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiLilo 3:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ubiyele izindlela zami ngamatshe abaziweyo, wagwegwisa imikhondo yami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Izindlela zami uzibiyele ngomthangala wamatshe, indlela yami wayigwegwisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uvimbile izindlela zami ngamatshe abaziweyo, wagwegwisa izindlela zami.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiLilo 3:9
6 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uvalile indlela yami ukuze ngingabi nakudlula; ubeka ubumnyama emikhondweni yami.


ukuphefumula kwakhe kunjengomfula okhukhulayo, uze ufinyelele entanyeni, ukuhlunga izizwe ngesihlungo sokubhubhisa; itomu elidukisayo liyakuba semihlathini yezizwe.


Jehova, usidukiselani ezindleleni zakho, uzenze lukhuni izinhliziyo zethu zingakwesabi, na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.


Ukimi njengebhere* eliqamekelayo nengonyama ezindaweni ezisithekileyo.


Wachezukisa izindlela zami, wangidwengula, wangenza incithakalo.


Ngalokho bhekani, ngiyakuvimbela indlela yakho ngameva, ngakhe ugange ngakuye, ukuze angafumani imikhondo yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ